Saturday 12 November 2011

Izingane Zoma-Malema


Ubusuyizwile ingoma eculwa Izingane Zoma ethi uMalema? Awukayizwa ?Hawu kahleni bo.Hayi kodwa ziyabholofida Izingane Zoma madoda,kuthe kuqamba kuphuma isigwebo ibisikhona ingoma.Uthini ngayo?Mina ngiyibona ingenankinga nje.Komele sicele uEuphonic ayi remixe ft.Malema...

1 comment:

  1. CHA NGISASHO NAMANJE UKUTHI ALIKHO IQEMBU ELINGAMAGAGU NJENGEZINGANE ZOMA ZIYAYISHAYA INGOMA PHANSI UMONA MESEZITHI (SEHLUKENE NGEZICU ZOMZIMBA KUPHELA)HHAYIBO!!YAKHONA INGOMA OKUBALULEKILE UKUTHI ZISHO INTO ELIQINISO ELIMSULWA.PHAMBILI! ZINGANE EZINDALA PHAMBILI!

    ReplyDelete