Tuesday 13 December 2011

Indishi yokugeza

Lena indishi ebizwa ngobheseni kwezinye izindawo.Idume kakhulu ngelendishi yokugeza.Kweminye imizi kusetshenziswa yona le ekugezelwa kuyo ukuxova ujeqe noma idombolo uma kunomcimbi kuhlatshiwe.Iyayakazwa nje bese ziyasha.Hawu kahleni bo!!!!!..that's why I prefer ujeqe ophekwe umaGambu....Hey ungakhohlwa njalo kuhlatshiwe kwamakhelwane this weekend,usuyongidlela mngani,hahahahahaha...

No comments:

Post a Comment